untshontshelwe ingane ehuqa ubuthongo

bawinile ngcobo kusenendida ngowesifazane wakwaremi ngakwamakhutha othi webelwe ingane elele nayo ngesonto ntambama maqede wangaluthola usizo emaphoyiseni asemanzimtoti ngesikhathi eyobika. unksz nonhlanhla blose (33), uthi uyoyixoxela amagwabab

2014-07-29 07:05:00  

itholwe empendle ingane ebiyebiwe

nontuthuko ngubane itholwe isikhuliswa ngomunye wesifazane, ingane enezinyanga eziyisikhombisa elahleke emahhovisi omnyango wezasekhaya emgungundlovu ngesonto elidlule. ufanele asemahle dlamini (osesithombeni) utholakale empendle. unina wale nga

2014-07-17 06:34:00  

ukhala uyazithulisa owebelwe ingane

nontuthuko ngubane ukhala uyazithulisa unina wengane enezinyanga eziyisikhombisa okusolwa ukuthi intshontshwe ngomunye wesifazane emahhovisi omnyango wezasekhaya, emgungundlovu, kade eyoyibhalisela isitifiketi sokuzalwa. unksz phumzile dlamini (

2014-07-10 06:15:00  

umndeni ufuna indodakazi edukile

nokubongwa phenyane udidekile umndeni wentombazane osekuphele amasonto amathathu inyamalele emuva kokuba yaphuma ekhaya iya esikoleni. umndeni uthi ucingo luka- nksz khumbuzile ntombela (20), wasemzinyathi, enanda, luyakhala lungabanjwa uma beza

2014-07-10 05:57:00  

usizi bengakwazi ukungcwaba owasha

lungi langa usadidekile owesifazane wasecongo enanda osekuphele izinyanga eziyisishiyagalolunye engakwazi ukufihla indodakazi yakhe eyasha nendlu ngonyaka odlule. unksz gladys mkhize (59) uthi akasazi ukuthi kufanele enze njani mayelana nodaba l

2014-07-02 06:38:00  

umseshi uphikise isicelo sebheyili ‘kowadlwengula’

nontuthuko ngubane unkosikazi wendoda eboshelwe ukudlwengula indodakazi yayo eneminyaka engu-13 kuvele ukuthi umsabisa okwenyoka umyeni wakhe futhi uhlala ngokumsabisa. iphoyisa eliphenya leli cala usergeant thandiwe hlongwane ethula ubufakazi e

2014-06-24 07:25:00  

umfana (12) ugwazwe ekhanda

nontuthuko ngubane usesimeni esibucayi umfana oneminyaka engu-12 ongeniswe esibhedlela ngoba egwazwe ngumngani wakhe ekhanda ngommese ngemuva kwengxabano ababe nayo bedlala ibhola kwanxamalala esweetwaters, emgungundlovu. ngokwezincwadi zikadoko

2014-06-18 08:26:00  

uxolelwe yisoka lakhe oweba ingane

nontuthuko ngubane kuqaqamba inhliziyo kowesilisa othole ukuthi ingane abeseyikhulise inyanga yonke akuyona eyakhe kodwa yebiwa yintombi yakhe ukuze ‘imjabulise’. umnuz bonginkosi ndlovu (37) uthole ngomsombuluko sekugasela amaphoyis

2014-06-05 07:26:00  

uboshiwe owesifazane|otholakele nengane ebikade idukile

nontuthuko ngubane itholakele isihamba nowesifazane okuthiwa wayeba enxanxatheleni yezitolo ingane yomfana eyaduka ngo-ephreli 15 emahhovisi omnyango wezasekhaya emgungundlovu. abakholwanga abazali baka-olwethu mphemba (osesithombeni), owalahlek

2014-06-03 06:27:00  

ushise umuzi oshiywe yinkosikazi

boniswa mohale ishiywe yinkosikazi yashisa umuzi wayo kanokusho onamakamelo ayisishiyagalombili, urawondi nemoto itoyota rav 4, indoda yasetshehlophe, embumbulu. umnuz jeffrey mpho mthethwa (46) uthuse omakhelwane bakhe abavuke sekugcwele intuth

2014-05-07 10:19:00  

alukatholakali usana olwantshontshwa

nontuthuko ngubane udidekile uyise wengane enenyanga elahleke emahhovisi omnyango wezasekhaya emgungundlovu iyoshayelwa isitifiketi njengoba ingane beyikhomba kowesifazane okusolwa ukuthi ubezishaya ozithwele. umnuz bonginkosi mphemba (34) wasem

2014-04-25 07:23:00  

kucelwa ongasiza ozibilisa ngamanzi

nokubongwa phenyane udinga noma ngubani ongaqhamuka nosizo olungasindisa indodakazi yakhe owesifazane othi ivele ithathe iketela ibilise amanzi, izithele ngawo. lo wesifazane kuthiwa useze waziphinda kabili ezithela ngamanzi abazali bakhe belele

2014-04-04 06:58:00  

batholwe sebethule abebeyolusa

mncedisi goge isashaqekile imindeni yabafana ababili abaminze edamini beyolusa izinkomo nomkhulu wabo kwahlomendlini, emandeni, ngempelasonto. unkosinathi xulu (9) nomngani wakhe ubanele dube (7) abebefunda enewark primary school kuthiwa banyeny

2014-03-05 04:43:00  

ubanjwe nosana abeluntshontshile

mlungisi gumede uswele umgodi wokucasha owesifazane wasemandeni obefunwa uthuli mayelana necala lokweba usana olunezinyanga ezimbili ngesikhathi ebanjwa oqotsheni nalo izolo. owesifazane ongeke aze adalulwe ngoba akakaveli enkantolo uficwe uyise

2014-02-12 05:19:00  

lishaywe kanzima ibhungu elisolwa ngokweba i-laptop

nontuthuko ngubane umndeni webhungu lase-elandskop, emgungundlovu, udinwe ugane unwabu ngesigameko sikamakhelwane sokushaya avalele izinsuku ezintathu indodana yabo eyisola ngokweba. unina kasandile mkhize (23),...

2014-02-05 04:44:00  

umndeni weseke ‘ojoje’ indodakazi

nontuthuko ngubane umndeni wendoda (37) esolwa ngokujoja ngomkhonto ebuntwini indodakazi yayo eneminyaka engu-17, ngoba eyisola ngokuthi isiqomile, uphumele obala ngokumeseka kuleli cala. le ndoda engeke idalulwe, ukuvikela indodakazi njengoba s

2014-01-28 04:44:00  

weqe ekhaya engafuni isikole

mncedisi goge yeqe yabaleka ekhaya ngoba yenqena ukuphindela esikoleni efeyile kuso intombazane (15) ebifunda u-grade 10 e-overport secondary, ethekwini. kuthiwa umandisa dlamini wakwa c kwamashu ubaleke kubo ziwu 9 kwephezulu ngemuva kokuba ets

2014-01-17 04:50:00  

kusolwe usizi ingane inquma ukuzilengisa

zanele msomi kuthiwa ibihlale ibalisa ngokuhlupheka nosizi lwakubo ingane yasemariannhill etholakale ngomgqibelo izilengise kwamakhelwane unina esayozama itoho. u-andile hadebe (13), obeyiwele, kuthiwa ubeluzwela usizi lwakubo njengoba ashonelwa

2013-11-14 04:36:00  

ufuna usizo umkhulu oqhwagwe umuzi

boniswa mohale usehlala emqashweni umkhulu (84) odlelwe umuzi yindoda eyayithembise ukuthi izomdayisela wona. umnuz cinokwakhe lymon ncube uthe udinga noma yiluphi usizo olungambuyisela umuzi wakhe osekuphele iminyaka emine ezama ukuwubuyisa kwa

2013-11-11 03:55:00  

okunye okushaqisayo nge‘bhova’ enkantolo

nontuthuko ngubane unina wentombazane yasexobho eyaveza ukuthi yadlwengulwa iphindelelwa ngumnuz sibusiso gcabashe ozibiza ngomculi kamaskandi umgqumeni uveze amahlazo enziwa ngumsolwa emzini wakhe. izolo inkantolo yemantshi emgungundlovu izwe u

2013-10-09 07:16:00  

中国古代文学 Global world news developer online documents developer online toolset Global E-commerce Global world images